KUYIQINISO elingephikwe ukuthi uKhisimusi ujatshulelwa kakhulu womuntuza, abanye abasuke bejabulela ukuhlangana nezinye izingane zomndeni, abangajwayele ukuhlangana ...
UKUBA wusaziwayo nokuba nezinto ezinhle empilweni, abantu abaningi kubenza bagcine sebekhohlwa wukuthi nabo bayabhekana nezimo zempilo ezinzima.
IZINHLELO zethelevishini ezigabe ngosaziwayo ngezinye zezinhlelo ezinikeza abantu umhlahlandlela ngohlobo lwezitayela ezisuke zisezingeni nezihamba phambili. Lokhu ...
AMAQEMBU ezepolitiki adudulana ngezifuba kulezi zinsuku ekhankasela ukhetho, ethula nezethembiso kubantu baseNingizimu Afrika.
BABONGELWE yiningi abaculi baphesheya kwezilwandle okuvele ukuthi balindele umntwana wabo wokuqala.
EMUVA kwesikhathi eside uhlala uthukwa ngenhlamba umzwilili wakuleli ugcine uthola ukwesekwa ekhipha i-albhamu entsha.
UKUFIKA kwendumezulu yomcimbi wengqephu waminyaka yonke iHollywood Durban July (HDJ) obanjelwa eGreyville eThekwini, akusho nje umsebenzi kubasiki bengqephu kodwa ...
NGALESI sikhathi sonyaka ngo-2022 iNingizimu Afrika yavuka ngezindaba ezishaqisayo, umndeni womzwilili wakuleli uveza ukuthi uhlaselwe isifo sohlangothi ephesheya ...
BAFUNA ukukhulisa imakethe yemisebenzi yezandla yasemakhaya bayisabalalise nasemazweni aphesheya osomabhizinisi baseNkandla abasafufusa. Labo somabhizinisi basho ...
UVEZA ukuthi usekulungele ukungena eringini u-Inno Morolong okumele abhekane no-Ashleigh Ogle owaduma kakhulu ngokuba intombi yomunye womrepha wakuleli.
UKUGQOKISWA izitolo zomntakabani izimpahla ezimba eqolo ngenye yezinto ezikhombisa ngokusobala izinga lomculi.
ZIHLINZEKWE ngogesi okokuqala ngqa izakhamizi zaseBangamazi eNkandla oselokhu kwathi nhlo ziphila ngokukhanyisa amakhandlela.
UMA kukhulunywa ngabaculi bokholo abakwazi ukushaya ingoma ethinta unembeza kuhlangene amabandla ahlukene kusuke kukhulunywa ngo-Ayanda Ntanzi.
SEKWABA yinsakavukela ukuduma kwemidwebo yeciko lemisebenzi yezandla uRasta odume ngokudweba osaziwayo.
UKUZINCISHA ukudla kumenze waba nesisindo somzimba esimgculisayo umculi wakuleli okhuthaza abalandeli ukuthi bazinakekele.
UKUNGENISA komculo wesilomo somculi kamaskandi uGatsheni sekuholele ekutheni iningi labantu lifune ukuzisondeza naye ngezindlela ezahlukene.
KUYINTO ejwayelekile emakhaya nasemalokishini ukuhlangana nekati noma nenja yehla yenyuka emizini yabantu kungaziwa ukuthi eyakabani.
Ikhekhe lomshado ngenye yezinto ezibalulekile nezenza itafula lihehe ngosuku olukhulu, kucace nokuthi impela kusemshadweni.
AZOKWENZA okwehlukile amaciko aseThekwini ukweseka intandokazi yomculo wokholo, uFikile Mlomo osekuphele izinyanga ezimbili elaliswe esibhedlela ngenxa yokuxinwa ...
ISILOMO somsakazi nomethuli wezinhlelo esiphinde sibe nguDJ siveza ukuthi sichithe esinye seziteshi ezinkulu zokusakaza KwaZulu-Natal ebesiseshela. UMacGyver Mukwevho ...
KUKHULEKELWE abasebenzi bakaMasipala uMhlathuze kulandela isigameko esishaqisayo sokubulalana konogada ngaphakathi emahhovisi kamasipala ngesonto eledlule.
KUYINTO ejwayelekile ukuthi abesifazane abaningi abazithwele bangazi bazothathani bahlanganise nani ngenxa yokungasebenzi nokungesekwa obaba bezingane.
UKUDLA ngenye yezinto ezijabulisa iningi labantu nokwenza kube mnandi kakhulu ukuzihlinzeka ngomphako uma uzoba nohambo olude. Lesi sikhathi sePhasika noma sinamaholidi ...
KUVELE ukuthi bese kunesikhathi bengahoshelani onogada ababili abafe esigamekweni sokudubulana kwabo emahhovishi kaMasipala uMhlathuze ngoLwesine ekuseni.
OSEZAKHELE igama emkhakheni wokwenza imifaniswano nokubhala izimpahla eThekwini, ibhizinisi lakhe waliqala ngo-R50.